Amandla (feat. Jessica LM)
ZU

كلمات Amandla (feat. Jessica LM)

النوعDance
اللغة الأصليةZU
المشاهدات1.1K
Aaإعدادات القراءة
حجم النص 18

الكلمات الأصلية

ZU
الترجمة غير متاحة بعد. نعرض الكلمات الأصلية.
Ngifisa ngabe bengi nalo Kube beli khona Eliny'ithuba lokuba nawe Okok'gcina Ngoba awusi valelisanga Umuzohamba Awulayelanga Besingalindelanga Ngifisa noma usuku nomzuzwana nje Sibe munyefuthi Ukube benginawo amandla Oku vusa abalele Kungaphila abaningi Nom'usuku olodwa Nesi bathandayo Sibe munye futhi Ukube benginawo amandla Oku vusa abalele Kungaphila abaningi Nom'usuku olodwa Nesi bathandayo Sibe munye futhi Ngiyalu khumbula Uncumo lwakho Nephimbo lakho ooh Ngiyafisa ngabe benginawo amandla Okuvusa abalele Kubengaqala ngawe Ukube benginawo amandla Oku vusa abalele Kungaphila abaningi Nom'usuku olodwa Nesi bathandayo Sibe munye futhi

المزيد من Aymos

Aymos →

كلمات ذات صلة