Bhekani Ujehovah
ZU

كلمات Bhekani Ujehovah

النوعGospel / Religious
المدة7:16
اللغة الأصليةZU
المشاهدات5.3K
Aaإعدادات القراءة
حجم النص 18

الكلمات الأصلية

ZU
الترجمة غير متاحة بعد. نعرض الكلمات الأصلية.
Bhekani kuy' uYehova; umdala wezinsuku Funani ubuso bakhe, nimkhonze naye Ulungile unothando, nenceb' engapheliyo Uthanda thina sonke Ebunzimeni, uhlal' engumncedi wami Uhamba nami, uhlal' eseduze kwami Noma kumnyama, Yen' ukukhanya kwami Uyabonelela uYehova, uBaba wam Udeka itafula, phambi kwezitha zami Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga Bong' uYehova mphefumlo wam Undenzela konk' okuhle Udeka itafula, phambi kwezitha zami Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga

المزيد من Joyous Celebration

Joyous Celebration →

كلمات ذات صلة