Sobabili (feat. Robbie Malinga)
ZU

Testo di Sobabili (feat. Robbie Malinga)

GenereGospel / Religious
Lingua originaleZU
Visualizzazioni17
AaLettura
Dimensione 18

Testo originale

ZU
Traduzione non ancora disponibile. Mostriamo il testo originale.
Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo Yim' engakushela Yim' engakuqoma Ngathi sishadane, baby Savumelana Ngakunikeza uthando Ngakunikeza impilo yami Mina nawe sobabili Sathi akekho ozosihlukanisa Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo Anginandaba nondaba zabantu Ngifuna mina nawe sihlale sijabulile Ngaso sonke isikhathi Mina nawe sithandwa sami Ngiyabathanda abangani bakho Kanye nabomndeni wakho Mekufika endabeni zethu zothando ezethu sobabili Uthando lwami nawe Olwethu sobabili Umuntu wesithathu akafuneki Iindaba zethu lezo Mina nawe Mina nawe sithandwa sami Siyathandana Mina nawe sithandwa sami Akekho omunye Akekho omunye sithandwa sami Ozosihlukanisa

Altro di Kelly Khumalo

Kelly Khumalo →

Testi correlati