Alusafani
ZU

Alusafani 歌詞

ジャンルPop
原文言語ZU
閲覧数276
Aa表示設定
文字サイズ 18

原文歌詞

ZU
翻訳はまだありません。原文を表示しています。
Wen'awsangbambi nokungbambi Wen'awusangbuk'emehlweni Ngabe mina ngoneni kuwe Wen'awsangbuk' emehlweni Wen'awsangbambi nokungbambi Ngabe mina ngoneni kuwe Dali wami sobuye sxoxe dali (buya lavi wami) Ngsayophanda ngilal'amalunde, oh lavi (angsakwazi nokuk'linda) Dali wami sobuye sxoxe dali (buya lavi wami) Ngsayophanda ngyolal'amalunde, oh dali (angsakwazi nokuk'linda) Mina ngithanda wena Ubobayeka bakhulume Ngibazwile onondaba Bekhuluma ngothando lwethu Oh mina ngyazifela ngawe (buya lavi wami) Cel'unginike ithuba ngikhulume Oh ngiyazi ngihlezi Ngikuphul'inhliziyo Dali wam understand this Uthando lwami lohlala luhlezi nawe Dali wami sobuye sxoxe dali (buya lavi wami) Ngsayophanda ngilal'amalunde, oh lavi (angsakwazi nokuk'linda) Dali wami sobuye sxoxe dali (buya lavi wami) Ngsayophanda ngyolal'amalunde, oh dali (angsakwazi nokuk'linda) (shuni wenkabi) Ngivum'izono ngithethelele Sengibazwile bepepereza Onondaba beshebeleza Mina nawe sincebeleka Dali wami ngath'uthando lwethu alusafani Sthandwa sami alusafani Ngish'ebusuku angsalali Nawe ngath'awusangthandi Thando lwethu alusafani Dali wami sobuye sxoxe dali (buya lavi wami) Ngsayophanda ngilal'amalunde, oh lavi (angsakwazi nokuk'linda) Dali wami sobuye sxoxe dali (buya lavi wami) Ngsayophanda ngyolal'amalunde, oh dali (angsakwazi nokuk'linda) (Buya lavi wami) (Angsakwazi nokuk'linda) (Buya lavi wami) (Angsakwazi nokuk'linda)

Q Twins の他の曲

Q Twins →

関連歌詞