Liyay'khohlisa
TL

Liyay'khohlisa 歌詞

ジャンルSoul
時間124:02
原文言語TL
閲覧数137
Aa表示設定
文字サイズ 18

原文歌詞

TL
翻訳はまだありません。原文を表示しています。
Ush' ukuthini ukuthi ngeke ngithole ofana nawe? Vele thats the whole point Uyazi uyazikhohlisa uma ungitshela ukuthi Angeke ngiphinde ngithole ofana nawe Uyazi uyazikhohlisa uma uyitshela ukuthi Angeke ngiphinde ngithole ofana nawe Wen' ukhohlwa yinto eyodwa Lokh' owakubona kimi kwakuchaza Awukthathanga, basakubona nabanye Ukhohlwa yinto eyodwa Lokh' owakubona kimi kwakuchaza Ngith' awukthathanga, basakubona nabanye Uyazi ukhaliswa yini? Ukhaliswa ukuthi loluthando ebengikunika lona Seluzoya komunye Ngiyazi ukhaliswa yini Ukhaliswa ukuthi umangithi I love you Bazothi I love you too, it wont be you Yaz' ukhaliswa yini wena? Ukhaliswa ukuthi lempatho ebengikunika yona Seyizoya komunye Ngith uyabona okukukhalisa kakhulu Ukuthi uma ungibona ngijabulile Ngizobe ngingajabuliswanga nguwe Ngith okukukhalisa kakhulu kunakho konke Ukuthi inkonzo yasebusuku isizofaka omunye umfundisi Uzenzile akakhalelwa, kukhalelwa uzumekile Uzenzile! Uyazi uyazikhohlisa uma ungitshela ukuthi Angeke ngiphinde ngithole ofana nawe Uyazi uyazikhohlisa uma uyitshela ukuthi Angeke ngiphinde ngithole ofana nawe. No Wen' ukhohlwa yinto eyodwa Lokh' owakubona kimi kwakuchaza Awukthathanga, basakubona nabanye Ukhohlwa yinto eyodwa Lokh' owakubona kimi, kwakuchaza Ngith' awukthathanga, basakubona nabanye Mina ngiyayibong' iNkosi Ngokungithul' imthwalo isus' idimoni empilweni yami Ngiphinde futhi ngibong' idlozi Ngokungivul' amehlo lisus' ischitho empilweni yami Uyazi bengingazi ukuthi uthando yinto emnandi kanjena! Les' islima besing' fihlele ol'khulu Bengazi ukuthi mina umuntu ukhala ngoba edumele Bengingayazi iTears of Joy. Manje sengiyazi Ukuthi ukujabula kuyashintshana, buka manje kuhlek' ubani Ngakutshela ngathi okwenzekala ebumnyameni K'sasa kuyovela obala Uyazi uyazikhohlisa uma ungitshela ukuthi Angeke ngiphinde ngithole ofana nawe Uyazi uyazikhohlisa uma uyitshela ukuthi Angeke ngiphinde ngithole ofana nawe. No Wen' ukhohlwa yinto eyodwa Lokh' owakubona kimi, kwakuchaza Awukthathanga, basakubona nabanye Ukhohlwa yinto eyodwa Lokh' owakubona kimi, kwakuchaza Ngith' awukthathanga, basakubona nabanye

Sjava の他の曲

Sjava →

関連歌詞