Bengingazi
ZU

Bengingazi 가사

장르Gospel / Religious
원문 언어ZU
조회수856
Aa읽기 설정
글자 크기 18

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka Ohh waze wanikela ngempilo yakho Inani legazi owang'thenga ngalo, liphakeme Ang'soze ngakubonga ngokwanele Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka Ohh waze wanikela ngempilo yakho Inani legazi owang'thenga ngalo, liphakeme Ang'soze ngakubonga ngokwanele Ngiyabonga ngothando lwakho onginike lona, msindisi wami Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Impilo yam' (ayilutho) Ngaphandle ko (musa wakho) Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Ngiyabonga ngothando lwakho onginike lona, msindisi wami Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Impilo yam' (ayilutho) Ngaphandle ko (musa wakho) Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Wang' thwalela wedw' umqhele wameva Ohh hawu lobo buhlungu owabuzwa Ang' soze ngaz' ukuthi wabonani kimina Kodw' engikwaziyo ukuthi ung' sindisile Wang' thwalela wedw' umqhele wameva Ohh hawu lobo buhlungu owabuzwa Ang' soze ngaz' ukuthi wabonani kimina Kodw' engikwaziyo ukuthi ung' sindisile Ngiyabonga ngothando lwakho onginike lona, msindisi wami Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Impilo yam' (ayilutho) Ngaphandle ko (musa wakho) Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Ngiyabonga ngothando lwakho onginike lona, msindisi wami Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Impilo yam' (ayilutho) Ngaphandle ko (musa wakho) Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Oh oh oh (oho oh) oh! Oh! (oho oh) oh oh oh (oho oh) oh Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Oh oh oh (oho oh) oh! Oh! (oho oh) oh oh oh (oho oh) oh Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Oh oh oh (oho oh) oh! Oh! (oho oh) oh oh oh (oho oh) oh Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Oh oh oh (oho oh) oh! Oh! (oho oh) oh oh oh (oho oh) oh Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho Wang' thwalela wedw' umqhele wameva Ohh hawu lobo buhlungu owabuzwa Ang' soze ngaz' ukuthi wabonani kimina Kodw' engikwaziyo ukuthi ung' sindisile

Joyous Celebration의 다른 곡

Joyous Celebration →

관련 가사