Paris (feat. Lwa Ndlunkulu)
ZU

Paris (feat. Lwa Ndlunkulu) 가사

장르World Music
원문 언어ZU
조회수650
Aa읽기 설정
글자 크기 18

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
kuya ngokuthi ungubani uhamba izindawo ezinjani uphila nabantu abanjani upheth' istayela esinjani kuya ngokuthi ungubani uhamba izindawo ezinjani uphila nabantu abanjani upheth' istayela esinjani ngangiy'thanda int'enhle amandla nganginawo ngifisa ukuyisa umuntu wami e-paris ngiyomdlisa amahinyahinya ngangiy'thanda int'enhle amandla nganginawo nje ngifisa ukuyisa umuntu wami e-paris ngiyomdlisa amahinyahinya iyey yeh iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey wen' umuntu wami, umuntu wami futhi ngiyohlezi ngik'thanda nomabethini, oh bethini, o bethini wena umuntu wami, umuntu wami wedali umuntu wami yeye, yeyeyi ngabe ngik'thengel' isthuthuthu dali ugijime ufike langakithi manje anginalutho, ngizokukhandel' ingolovane ngabe ngik'thengel' uswidi dali ngik'qabule ngawo themba lami manje anginalutho, ngizokugubhel' amatshe abantu bathi uthando aluboni kazi iyozala nkomoni ngoba ekhethi indoda ingena mali indoda ingena lutho mali kanti ukhetha abanjani? mali kanti uthanda abanjani? ngoba mali ngiyasebenza wena uqoma umlungu na kunami? mali kanti uqoma abanjani? mali kanti ufuna abanjani? ngoba mali ngiyasebenza wena ukheth' umlungu na kunami? mali kanti uqoma abanjani? mali kanti ukhetha abanjani? ngoba mali ngiyasebenza wena uqoma umlungu na kunami? iyey yeh iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey wena umuntu wami, umuntu wami iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey wena umuntu wami, umuntu wami futhi ngiyohlezi ngik'thanda nomabethini, oh bethini, o bethini wena umuntu wami, umuntu wami wedali umuntu wami yeye, yeyeyi

관련 가사