Impilo
ZU

Impilo 가사

장르Soul
길이4:28
원문 언어ZU
조회수3K
Aa읽기 설정
글자 크기 18

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
Sengaze kuf'umuntu Sengaze kuf'umuntu Ngenxa yothando Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke Khala some mntaka ma Seza ndlula lezontsuku Sisa khula sithandana Kwakumnandi emhlabeni Ngith'akusekho lokho Sekuy'phupho lokho 'Thi iyanciph'imishado Kwand'imingcwabo Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke Anibize abadala, bashise impepho emsamu Nibize nabafundisi bathandaze Ngith'akusekho lokho siya qhuma islilo Iyanciph'imshado kwand'imingcwabo Ngoba akume njalo Bazophela oh mama bethu Bazophela oh odade kwethu Zopheli ngane Sekwanele, sekwanele leligazi el'chithekile selanele Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke

Sjava의 다른 곡

Sjava →

관련 가사