Nok'khanya
ZU

Nok'khanya 歌词

流派Gospel / Religious
原文语言ZU
浏览量10
Aa阅读设置
文字大小 18

原文歌词

ZU
暂时没有翻译,当前显示原文歌词。
Angib'thand' ubusukuku Buza nomnyama Ngiyak'thand' uk'khanya Kuza nelanga Ngicabanga nzulu Ngempilo yam' Ngifun' ukuk'hlala kuko Ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Njengemvula yaseb'sika Nokukhanya kuyancipha Njengembil' iswel' umsila Ang'sakwazi nokulala Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Ngicela kon' ukukhanya Kukhanya yehla kimi Ngicela kon' ukukhanya Kukhanya yehla kimi Ngicela kon' ukukhanya Kukhanya yehla kimi Ngicela kon' ukukhanya Kukhanya yehla kimi Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya Seng'cel' uk'hlala nawe Ngoba wen' ukukhanya

更多 Kelly Khumalo

Kelly Khumalo →

相关歌词