Confession
TL

Confession 歌词

流派Soul
时长6:17
原文语言TL
浏览量1.3K
Aa阅读设置
文字大小 18

原文歌词

TL
暂时没有翻译,当前显示原文歌词。
Yeah, yeah Ngine-Confession Ngicel uk’-confess(a) Ngine-Confession Ngicel uk’-confess(a), yeah Ngine-Confession, yeah Baby ngicel uku-confess(a) Yazi ngiyasab' ukuk’thanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona Yeah Ngyasaba ukukthanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way Ngikuthanda ngakhona Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ngyavakasha na? Emaphusheni akho Enhlizizweni yakho, Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ng'yavakasha na? Emaphusheni akho Enhliziyweni yakho Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonel'ilanga Ukufihl’ ak’sizi ngcono ngvele ngiphumele obala Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo Ngyavuma angiphiki Ukuthi uyangithanda Inkinga abukho ubufakazi Izenzo azisasho lutho Nokuthi I love you sekwaba yinto elula Elula usungayisho nanoma kubani Ayisena value Uthando lwamanga Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo Hlampe wisigebengu Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy’vikele Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy’vikele Wemntanomuntu Ngine-Confession Ngicel uk’-confess(a), yeah Ngine-Confession, yeah Baby ngicel uku-confess(a) Yazi ngiyasab' ukuk’thanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona Yeah Ngyasaba ukukthanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way Ngikuthanda ngakhona Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ngyavakasha na? Emaphusheni akho Enhlizizweni yakho, Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ng'yavakasha na? Emaphusheni akho Enhliziyweni yakho Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonel'ilanga Ngob' umuhle, unakho konke, aw'shodi ngalutho lapho uphuma khona, k'onakalaphi? You're too good to be true Ngabe 'khona engingakwazi yini? Makukhona 'Cela ukhulume manje, kusese neskhathi K'mele ungithembise ukuthi mangivuma lana K'sasa angeke ungijikele Ngith' umzimba u-right, konke ku-right INhliziyo yami yiyo k'phela ekhathele K'mele ngihlale ng'phapheme Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy’vikele Ngixolele, ngixolele Nami kumele ngiy’vikele Wemntanomuntu Ngine-Confession Ngicel uk’-confess(a), yeah Ngine-Confession, yeah Baby ngicel uku-confess(a) Yazi ngiyasab' ukuk’thanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona Yeah Ngyasaba ukukthanda 'Saba ukuthi angeke ungithande the way Ngikuthanda ngakhona Ngihlale ngiyibuza Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ngyavakasha na? Emaphusheni akho Enhlizizweni yakho, Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na? Ng'yavakasha na? Emaphusheni akho Enhliziyweni yakho Nginendawo na? Nginekhaya na? Ngingalala na? Malingishonel'ilanga

更多 Sjava

Sjava →

相关歌词